Jump to content

Ikhasi Elikhulu

Kubuya ku Wikipedia
Siyakwamukela kwiWikiphidiya yesiZulu,
Umthombo obalulekile ongahlelwa yiwo wonke umuntu.
Manje, sekunemibhalo eyizi- 12,274 ngesiZulu. Masiqale!

Isibhalwa esiqhakanjiswayo

Ifulegi laseRashiya
IRashiya (isiRashiya: Россия Rossíya) izwe laseYurophu eMpumalanga nalase-Eshiya eseNyakatho. IRashiya yizwe elikhulu kunawo wonke amazwe omhlaba. Isiqongo saseRashiya IMoskwa (Москва, Moskvá). Ulimi olukhulunywa khona lubizwa isiRashiya. Idolobha elikhulu kunawo wonke eningizimu yeRashiya libizwa iKrasnodar (okwengeziwe).

Ingabe bewazi ukuthi...

Izifundazwe zaseNingizimu Afrika la sikhulunywa isiZulu khona.

...IsiZulu siwulimi lwesiNguni olukhulunywa eNingizimu Afrika ngabantu abayizi-10 677 305 (ukubala kwesizwe kwezi-2001) futhi siqondwa ngabantu abayizi-25000000. Lolu Limi lukhulunywa ngabantu abaningi esifundazweni saKwaZulu-Natal (okwengeziwe...)

...Inzululwazi iyisigabavu esihleliwe nendlela yokuzuza lonke ulwazi olungaba khona emhlabeni nakumkhathilibe wonke. Inzululwazi yanamuhla ngokuvamile ihlukaniswe yaba amagatsha amathathu amakhulu ahlanganisa: inzululwazi yemvelo, inzululwazi yezenhlalo nenzululwazi yesimo (okwengeziwe...)

...INyuvesi yakwaZulu (UNIZULU) isikhungo semfundo ephakeme esisenyakatho nomfula uThukela KwaZulu-Natal, eNingizimu Afrika. Inyuvesi yakwaZulu yasungulwa ngosizo lweNkosana yakwaPhindangene, uMangosuthu Buthelezi, owayengumongameli walesi sikhungo lapho sisungulwa ngonyaka we-1960 (okwengeziwe...)

Amaqiniso...

Ukhisimusi.
Ukhisimusi isikhathi esiletha injabulo kubantu abaningi emhlabeni jikelele. Lesi sikhathi senza ukuba kube khona ukuhlangana nemindeni okudala yagcinana, kuhlalwe kuphunyulwe, futhi kuncokolwe. KumaKhrestu ukhisimusi usho usuku lapho uJesu Krestu azalwa ngalo. Uma sokusondele lesi sikhathi sibona ngemihlobiso emihle futhi ehlukahlukeni emigwaqeni, ezitolo, nasemakhaya. (okuningi...)

Izibhalwa ngokwezihloko

Izithombe eziqhakanjiswayo

IGoli (IsiNgisi: Johannesburg) ilidolobha elikhulu eGauteng, IGoli libuye libizwe ngokuthi Kwandongaziyaduma noma eMsawawa. Idolobha elikhulu kunawo wonke kwelaseNingizimu Afrika. Igama lisho elithi iGoli lisusele egameni lesilungu elthi Gold noma igolide ngesiZulu, lisho ukuthi KwaGolide. EGoli yilapho umnotho omningi waseNingizimu Afrika uzinze khona.
Usizo ngokubhala

Wamukelekile ukuba ufunde ukuhlela izibhalwa kwiSandbox.

IWikiphidiya ngezinye izilimi

Amanye ama-Wikiphidiya amancane ngeziLimi zaseAfrika

IsiBhunu · Akan · አማርኛ · Bamanankan · Chi-Chewa · chiShona · chiTumbuka · Ɛʋɛ · Fulfude · Gĩkũyũ · هَوُسَ · Ìgbo · isiXhosa · Kinyarwanda · Kirundi · Kiswahili · Kongo · Lingala · Luganda · Malagasy · مصرى · Oromoo · Sängö · IsiSuthu · Setswana · SiSwati · Isindebele · Soomaaliga · Taqbaylit · ትግርኛ · IsiVenda · Twi · Wolof · Xitsonga · Yorùbá ·

(Uma udinga Ama-Wikiphidiya amakhulu, bheka ku-bar esesayidini)

Uhlu lwawo wonke amaWikiphidiya (List of all Wikipedias)